Emadlangeni Municipality
Description
Emadlangeni Municipality (KZ253) is located in the Amajuba District Municipality in the North-western corner of KwaZulu-Natal. Its area in kilometre squared is the largest in the district and comprises 3539km².
Tell your friends
RECENT FACEBOOK POSTS
facebook.comMedia Release 02 May 2017 For immediate release As the new term commences eMadlangeni Local Municipality have expend efforts in extending equitable services and facilitate development of new areas that have been added to its area of jurisdiction. We are cognisant that the fostering of partnerships with our communities, the private sector and state agencies will stand us in good stead in dealing with the mammoth developmental task facing the Emadlangeni Local Municipality. This is borne by the observation that resources are finite and additional resources should be leveraged from other spheres of government, the private sector and social partners of the municipality to facilitate coordinated development and thereby maximizing development impact to be yielded. During the course of this term, Emadlangeni will strive towards achieving the following: • Creating prosperous, liveable and inclusive living spaces with abundant social and recreational amenities; • Extending equitable services to communities; • Provide stewardship that unleash innovation and foster partnership to provide municipal services, housing, tourism and economic, development opportunities to our citizens; • Continue with the towns ambitious programme of extending basic sanitation services to our residents and deal with service delivery backlogs related to bulk infrastructure services including water security from source;; • Fast-tracking the development of mixed housing to build integrated human settlement and invariably upgrade informal settlements • Use optimally the expansive land mass to facilitate rural development to provide livelihood and food security and create productive rural and urban linkages PROJECTS LINED UP FOR 2017/18 • Balgary 1 & 2 Access Road Rehabilitation • Slagveld Gravel Road Rehabilitation • Esitelenga Gravel Road Rehabilitation • Enzimane Gravel Road Rehabilitation • Kwantaba and Ekhasini Gravel Access Road CONTINUATION OF PROJECTS • Small town Rehabilitation • Completion of De Kork street • Informal Traders Stalls • Patching of potholes in all roads in Utrecht Working together with communities, stakeholders, private sector , we will ensure a better tomorrow for the citizens of Utrecht. DRAFT BUDGET 2017/18 Operating Budget 80% of total budget is R 79 473 000 Capital Budget of 20% of total budget is 19 473 000 Grants R50 467 000 Property Rates 18 537 000 Service charges R17 556 00 Other Revenue R12 729 00 Equitable Share R25 391 000 Municipal Infrastructure Grant (MIG) R9 423 000 Library Grant R771 000 Intergraded National Electrification Programme (INEP) R12 000 000 Bulk Purchases R13 125 000 Depreciation & Impair 6 398 000 Grant Expenditure R4 142 000 Government Grants R 18 423 000 Internally generated funds R 1 320 000 MIG R9 423 000 INEP R12 000 000 ENDS
Photos from Emadlangeni Municipality's post
As part of commemorating Freedom Month and 20 years of the Constitution eMadlangeni Local Municipality Mayor Cllr LY Mhlungu together with Local Task Team took to the streets of Utrecht this morning. The activation targeted commuters and pedestrians with the purpose of informing citizens about the significant progress made in transforming South Africa from an apartheid state into a democratic one.
INKULUMO KA SODOLOBHA KASOMQULU WENTUTHUKO (IDP) KANYE NOHLAHLO MALI (BUDGET) 2017/2018 Honourable Speaker Deputy Mayor Amakhansela Acting MM Amakhosi kanye nezinduna Abezenkolo Mphakathi Amalungu abezindaba Sanibonani Ngokomthetho sisekelo wase Ningizimu (SA Constitution) kanye nomthetho olawula oMaspala I Municipal Systems Act, Municipal Financial Management Act; bonke omaspala kuzwelonke balindeleke ukuba babe nosomqulu wentuthuko ohamba nohlaka lwezakhiwo zentuthuko ( SDF) kanye nohlahlo mali abasebenza ngalo ukuze bafeze izidingo nqqangi zomphakathi. Umaspala wethu Emadlangeni nawo ulandela ngaphansi kwalemthethi elawula omaspala, yingakho uzohamba wonke amawadi awo ukuze wzise bonke abahlali ngezinhlelo umaspala azihlelele unyaka wezili ka 2017/18 kanye nohla lwezimali ezosetshenziswa kulezidingo Nqangi. Lesigaba isigaba sokugcina sokuqinisekisa kumphakathi izinhlelo kanye nohla lwezimali ngaphambi kokuthi laba osomqulu baqinisekisekiswe ngokusemthethweni njengosomqulu ezosetshenziswa kunyaka ezimali esiya kuwo okungu 2017/18. Izinqinamba ezibhekene no Maspala wase Madlangeni ilezi ezilandelayo: IZINQINAMBA ZE WADI IZIDINGO QANGI ZEWADI Ward 1 • Ukungabikho kwamanzi ahlanzekile okuphuza • Izindlela zokuthutha indle ezingenele • Ububha nokuswelakala kwamathuba omsebenzi • Ukungabikho kukagesi • Ukungalethwa kwezidingo zempilo nezemfundo • Ukuswelakala kogandaganda bokulima • Isimo esibi senhlalo yabahlali nabasebenzi base mapulazini • Ukufakwa kwamanzi • Ukulungiswa kwemingaqo • Ukufakwa kwagesi • Ukufuyela izinkamba • Ukwakha izindlu zikahulumeni • Ukwakha kweholo lomphakathi Ward 2 • Ukunganakekelwa kwe nqalasizinda • Izinga eliphezulu lokweswelakala kwamathuba omsebenzi • Ukungabibikho kwenqalasizinda yokuqeda isizunge • Ukungabonakali kwamaphoyisa • Ukweswelakala kwamathuba amabhizinisi kanye nokungabikho kosizo lokweseka osomabhizinisi bendawo • Izindlela zokuthutha indle ezingenele • Ukucekela phansi impahla kaHulumeni • Ukubiyelwa kwamathuna • Ukuvuleka kwamathuba omsebenzi • Ukubiyelwa kwe Balele Game park • Ukulungiswa kwezakhiwo • Ukukwakhiwa izindlu zomxhaso Ward 3 • Isidingo sokuvuselela imigwaqo • Ukungabikho kwamanzi ahlanzekile okuphuza • Ukwakhiwa kwamathuba omsebenzi • Ukungabikho kwamalambu asemgwaqeni • Ukuswelakala kwa madamu (ukuphuza imfuyo) • Ukufakwa kwamanzi • Ukubiyelwa kwamathuna • Ukufakwa ko Jojo tanks • Ukutshalwa kwezihlahla • Ukufakwa kwama speed humps • Ukubiyelwa kwadamu • Ukudaleka amathuba omsebenzi Ward 4 • Isindingo sokuvuselela imigwaqo • Ukungabibikho kezindlu zomxhaso lukahulumeni • Ukweswelakala kwenqalasizinda yokusebenzisa omakhalekhukhwini • Ububha kanye nokweswelakala kwamathuba omsebenzi • Ukuswelakala kogandaganda bokulima • Ukungabikho kwezinkulisa kanye namahholo omphakathi • Ukungalethwa kwezidingo zamanzi, ukuthuthwa kwendle kanye nezempilo • Ukuvuleka kwamathuba omsebenzi • Ukwakhiwa kwemingaqo • Ukwakhiwa kwe community hall • Ukwakhiwa kwezindlu zomxhaso • Ukufakwa kwagesi • Ukufakwa manzi Ward 5 • Ukungabikho kwamanzi ahlanzekile okuphuza • Ukungabikho kwezinkulisa kanye namahholo omphakathi • Ukuswelakala kwa madamu (ukuphuza imfuyo) • Ukuswelakala kwemizi yoxhaso • Ukusweleka kogesi • ukusweleka kweholo lomphakathi • Ububha nokuswelakala kwamathuba omsebenzi • Ukudaleka kwam amathuba omsebenzi • Ukufakwa amanzi • Ukufakwa koJojo tank • Ukufakwa kwagesi • Khwakha izindlu zomxhaso • Amathoyilethe aflashwayo Ward 6 • Amathuba emsebenzi • Izindlu zomxhaso • Ukusweleka kwamanzi • Ukusweleka kwepaki • Kusweleka koJojo tanks • Ukulugiswa kwamagroundi • Ukubiyela kwamathuna • Ukulugiswa kwemigaqo • Ukulungiswa ko Apollo light • Ukulungiswa kwamapayipi amanzi • Ukwakha kwemingaqo • Ukudala mathuba omsebenzi • Ukufa kwagesi • Ukufakwa ko Apollo light • Ukulungiswa kwaphayiphi amanzi Lezi izinqinamba kanye nezidingo uMaspala waseMadlangeni obheke nazo.UMaspala usethathe igxathu lokukhulumisana neminyango eqondene nalezi zimo. Okumanje ezinye zezinqinamba zisohlwini lokuhlinzekwa kulonyaka omusha wezimali esizowuqala u2017/18. Akuzona zonke izinkinga zomphakathi ezizokwenzeka ngonyaka owodwa. IZINJONGO ZETHU ZENTUTHUKO KUNYAKA KA 2017/18 Ukuqhakambisa intuthuko yolwazi kubantu 1. Ubuholi obusebenza ngokunakekela imali 2. Ukulethwa ngokulinganayo inqalasizinda kanye nentuthuko eyohlala isikhathi eside 3. Ukudala amathuba omsebenzi abo bonke abantu 4. Ukuqhakambisa ukuvikela imvelo kanye nokuhleleka kokusetshanziswa kwezindawo zomkhandlu ISIMO ESIBHEKENE NASO EMADLANGENI Kusukela ngo Ncwaba 2016 amawadi ase madlangeni akhulile esuka kwaMane aya kwayiSithupha lokhu kuqinisekiswe umyango iDermacation Board. Inani labantu esinalo endaweni yakithi, liyizikulungwane ezingamashumi amathathu nane namakhulu amane angamashumi amane nambili (34 442). Lezizibalo zithathwe ohlelweni lokubalwa kwabantu olwenzeke ngonyaka ka 2011 (Stats SA). Kubuye kwenziwa inhlolovo ngenani lezemfundo endaweni yakithi. Kuyashiwo ukuthu inani labantu abafinyelele emazingeni ezemfundo aphakeme mancane kakhulu (3%) knit inani labantu bagcine emazingeni aphansi ukufunda yilo eliphezulu ngo (42%). Kwezomnotho nokuqasheka kwabantu, kubonakele ukuthi amazinga abantu abaphelelwe ugqozi lokufuna umsebenzi (11%) kanti abangazimbadakanyi nje kwezomnotho izinga liku (43%) lesisimo senza umphakathi owakhele Emadlangeni kube umphakathi oxhomekele kakhulu ezibonelelweni zikaHulumeni (grants). Lomhlangano ungowokuqala emphakathini kulonyaka, usazoqhubeka nakwamanye ama Ward kuyena uMbasa Amaprojethi ahlongozwayo • Small town rehabilitation • Completion of De Kork street ISABELO SEZIMALI MALI SIKA 2017/18 INANI R99 217 00 Eyokusebenza usuku nosuku emkhandlwin 79 million, 4 hundred and 73 thousand. R79 473 000 Impahla kamasipala 19 million, 4 hundred and 73 thousand R 19 473 000 Isibonelelo sika Hulumeni 50 million, 4 hundred and 67 thousand R 50 467 000 Yezakhiwo( Property Rates) 18 million, 5 hundred and 37 thousand R18 537000 Izinsiza zika Masipala ( Service delivery) 17 million, 5 hundred and 56 thousand R17 556 000 Ezinye izinzuzo ( Revenue) 12 million and 7 hundred and 29 thousand R 12 729 000 Uhlahlomali oluvela kuhulumeni 25 million, three hundred and 91 thousand R 25 391 000 Isibonelelo senqala sizinda 9 million , 4 hundred and 23 thousand R 9 423 000 Finance Management Grant ( FMG) 1.9 milllion R1 900 000 Expanded Public Works Programme ( EPWP) 1 million R 1 000 000 Library Grant Seven hundred and 71 thousand R 771 000 Intergrated National Electrification Programme (INEP) 12 million R12 000 000 Izindleko ezihlobene nabasebenzi 33 million, 6 hundred and 83 thousand R 33 683 000 Ezinye izindleko 22 million, 124 thousand R22 124 000 Ezinye izindleko 22 million, 124 thousand R 22 124 000 Ukuthenga ngobuningi 13 million and 125 thousand R 13 125 000 Isibonelelo nezindleko 4 million and 142 thousand R 4 142 000 Esinye isibonelelo sika hulumeni 18 million and 423 thousand R 18 423 000 Imali yangaphakathi 1 million, 3 hundred and 20 thousand R1 320 000 Ngiyabonga
Photos from Emadlangeni Municipality's post
Ward 2 IDP/Imbizo roadshow.
Timeline Photos
Timeline Photos
NOTICE: Emadlangeni Local Municipality Mayor, Cllr LY Mhlungu invites ward 2 community members to Public Participation Imbizo.
Untitled Album
PUBLIC PARTICIPATTION IZIMBIZO 2017
Timeline Photos
Happy 75th birthday to RSA president Jacob Zuma.
Timeline Photos
Rest In Peace Onhlametse..You are a true example of living your life to the fullest. You had such a positive energy and beautiful smile.
Timeline Photos
PUBLIC NOTICE